IBANGA lokusuka eGoli uya eThekwini ngemoto lingabukeka liwumqansa ebantwini abaningi, kepha selifana nse “namanzi amancane” kwabenhlangano engenzi nzuzo i-The Black Child Foundation. Lokho ...
BABALELWA ku-9 416 abokufika baseMalawi asebebhalisiwe ngokusemthethweni esikhungweni sesikhashana, iDrive In, eNorth Beach, eThekwini. Lokhu kudalulwe yihhovisi lomxhumanisi kuMasipala weTheku izolo, ...
KUHLUKENE imibono ngenkulumo yomdlali waseBelgium, uJeremy Doku, odalule ukuthi uzolishiya iqembu kwiNdebe yoMhlaba njengoba sekusondele izinsuku zokuzalwa kwezibulo lakhe. UDoku (24), odlalela ...
UKHOLWA wukuthi unalo ithuba lokunqoba umjaho wamahhashi ohamba phambili ezwenikazi i-Afrika, iHollywoodbets Durban July, ujokhi waseThekwini, uMuzi Yeni. Lo jokhi (39), odabuka eClermont, ungomunye ...
ABANTU bakuleli babhodla umlilo emuva kokuzwa ngezinsongo zokuboshwa kukaKhomishani wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uGeneral Nhlanhla Mkhwanazi.
Lo mculi weLekompo, uLehlogonolo Katlego Chauke, odume ngelikaShebeshxt, ubevele enkantolo ngenhloso sokubukeza isinqumo sebheyili saphambilini kodwa kwahoxisiwa lokho eNkantolo eNkulu yaseLimpopo, ...
KUSUKE izibhelu kujikijelwa ngamatshe abasebenzi boMnyango wezaseKhaya, amaphoyisa kanjalo nabasebenzi behhovisi lenxusa laseMalawi izolo, ngesikhathi abantu bakuleliya lizwe abaqhinqe eSherwood, ...
UMDLALI wakudala weBafana Bafana, uSiphiwe “Shabba” Tshabalala, ukholwa wukuthi umdlalo wesibili ka-Group A neCzechia uyithuba lezikaHugo Broos lokubuyisa ithemba kubantu baseNingizimu Afrika. IBafana ...
KUSHAQEKE abaningi ngowesifazane waseLimpopo, osolwa ngokubulala izingane zakhe ezimbili ngokuzidlisa ushevu. UNksz Ntanganedzeni Siphugu (27) ubevele eNkantolo yeMantshi yaseTshilwavhusiku, kuleli ...
UZOPHATHWA ngonompempe baseBrazil umdlalo obhekwe ngabomvu wokuvula iNdebe yoMhlaba yanonyaka phakathi kweBafana Bafana neMexico ozoqala ngo-9 kusihlwa, eMexico City Stadium, eMexico. IFifa iqoke ...
OWAYENGUMSAKAZI woKhozi FM uNgizwe Mchunu usekhwele wadilikika kuMphathiswa woMnyango wokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu futhi onguNdunankulu kaZulu, uMfundisi THulasizwe Buthelezi amsole ...
UKhomishana we- @TheBMA_SA , uDkt Michael Masiapato, ukuqinisekisile ngoLwesithathu, abalawuli basemingceleni badlulise ngempumelelo izakhamuzi zaseMozambique ezingu-933 zisuka eNingizimu Afrika ziya ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results